Kube nokungqubuzana phakathi kwe-Operation Dudula namaphoyisa eThekwini ngesikhathi semashi yabokufika namuhla.
Sekube nokuhilizisana phakathi kwamalungu enhlangano Operation Dudula namaphoyisa e Durban ngesikhathi kuqhubeka imashi enkabeni yedolobha.
Le mashi ibihlelwe yinhlangano ebizwa nge March And March, ngenhloso yokulwisana nabokufika kuleli ngokungemthetho.
Buka ividiyo ngezansi:
