UDJ Zeal Dladla Uyashiya Emsakazweni UKhozi FM

UDJ Zeal Dladla Uyashiya Emsakazweni UKhozi FM

Umethuli nomsakazi odumile, uDJ Zeal Dladla, useqinisekisile ukuthi uyashiya emsakazweni Ukhozi FM.

Lokhu kulandela ukuvela kwemibiko yokuthi abanye babasakazi bagawulwe yizembe njengengxenye yezinguquko ezinkulu ezizokwenzeka kulo msakazo, okulindeleke ukuthi ziqale ukusebenza ekuqaleni kuka-April 2026.

UDJ Zeal MaDladla ukhiphe isitatimende sokuvalelisa, ebonga ithuba alinikwe ukusebenza kuKhozi FM kanye nokwesekwa akuthole kubalaleli nabalingani emsebenzini

Funda isitatimende sikaZeal ngezansi:

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *